IZINGXOXO EZAKHAYO

Sikwethulela izingxoxo ezakhayo, ngenhloso yokwabelana ngezindaba ezimnandi zevangeli, ukweluleka kanye nokuqinisa ukholo kanye nolwazi.
Weekly Zulu South Africa Education · Business
213 Episodes
140 – 160

HOSTAGE SITUATION : UKUTHUNJWA

UConstable [f] Ngcobo uxwayisa ngokuthunjwa kwabantu. usifundisa izinto okumele sizenze futhi siziqaphe uma sizithola sikulesisimo
8 Nov 2023 7 min

INCWADI YAMAFA [ WILL AND ESTATES]

UAyanda Mbotho ongummeli eKloppers Inc. usifundisa ngokubaluleka kwencwadi yefa ukuze umndeni ungasale ubanga uma usudlulile emhlabeni
13 Sep 2023 12 min

IZIDAKAMIZWA - DRUGS AND SUBSTANCE ABUSE

UConstable Ngcobo usexwayisa ngobungozi bezidakamizwa nomphumela wazo emphakathini. Yini okumele siyiqaphele nokusiza abantu ukuthi baphume ezidakamizweni, uhlobo lwezidakamizwa.
24 May 2023 19 min

EZEMVELO NOKUNAKEKELWA KWAYO

UMpume Gumede oyi Enviornmentalist, Town Planner usifundisa ngokunakekela imvelo nokubaluleka kokugcina umoya uhlanzekile {air pollution}. Usitshela ngezizathu zokuguquka kwesimo sezulu{climate Change}.
17 May 2023 17 min

UKUDUNWA NOKWEBIWA KWEZIMOTO

UConstable Ngcobo usiqwashisa ngobugebengu obudlangile bokudunwa nokwebiwa kwezimoto. sifundiswa ngokumele sikwenze futhi sikuqaphele, ukubaluleka bokuhlala siphephile
10 May 2023 18 min

UKUHLELWA KWEDOLOBHA - TOWN PLANNING

Sixoxo No Mpume Gumede owu Town Planner aphinde abe yi Environmentalist. usichazela ngokuhlelwa kwedolobha nezinto okumele zenziwe nona ziqashelwe ngaphaphi kokwakha
10 May 2023 20 min
140 – 160